Zoulou
Le zoulou (isiZulu en zoulou) est une langue appartenant au groupe nguni (qui comprend également le xhosa et le ndébélé) des langues bantoues. C'est l'une des langues comptant le plus de locuteurs en Afrique australe.
Source : Wikipedia francophone
Zulu /ˈzuːluː/, noma isiZulu wulimi lwabantu base Ningizimu neAfrika abayingxenye yamaNguni. Abantu abakhuluma isiZulu babizwa ngama Zulu. Lalela ke; isiZulu wulimi lwamaZulu. Sikhulunywa abantu bokudabuka abayizigidi eziyishumi nambili (12 million), abatholakala ikakhulukazi esifundazweni sakwaZulu-Natal(esifundazweni saseMbo), eNingizimu Afrika. IsiZulu yilona lulimi lokudabuka olukhulunywa kunazozonke eNingizimu Afrika (24% yabantu). Ekanti nesigamu (50%) sabantu ezweni siyaluqonda lolulimi. Ngo 1994 isiZulu sabekwa njengolunye lwezilimu eziyishumi nanye (11) ezisemthethweni eNingizimu Afrika. Ngokosolwazi, isiZulu silandela isiSwahili ngokukhulunywa kakhulu ezilimini zaBantu. Njengazo zonke izilimu zaBantu, isiZulu sibhalwa ngezinhlamvu zesiLatin. Ngokwe Singisi sase Ningizimu Afrika, lolulimi lubizwa ngendlela yokudabuka kuthiwe "isiZulu". Izibonelo ezilimini zesiBantu IsiSwahili IsiLingala IsiZulu IsiShona IsiXhosa IsiKinyarwanda IsiLubalulua IsiUmbundu IsiChewa
Source : Wikipedia local
Carte
Source : Wikidata
Article premier de la déclaration universelle des droits de l'homme
Article premier de la Déclaration universelle des droits de l'homme (voir le texte en français) Isivumelwano: Bonke abantu bazalwa bekhululekile belingana ngesithunzi nangamalungelo. Bahlanganiswe wumcabango nangunembeza futhi kufanele baphathane ngomoya wobunye.
Source : Wikipedia francophone
Alphabets
- alphabet latin
Codes de langue
SOURCE | Code | URL |
---|---|---|
code iso 639-1 de la langue | zu | |
Code iso 639-2 | zul | |
Code iso 639-3 | zul |
Source : Wikidata